Kunconywe abe-RUSA ngokubopha inkabi nomyeni


Njengoba zanda izigameko zokubulawa kwabesifazane kuzozonke inhlanga lehlazo selinsakavukela njengoba lowomdabu wasendiya athenga inkabi ukuthi ibulale umkayo yehluleka base bebalekela e Eastern Cape.


Abenkampani ezimele yezokuphepha eKZN I Reaction Unit South Africa ihlale izithonto kubo yalandela umkhondo wemoto ababaleke ngayo yabathola e – Eastern Cape bebhace khona.

Isithombe : Abasolwa ababoshwe besekubhaceni e Eastern Cape


Okhulume neNtatheli yeBhekizizwe Media ozibize ngo Ottusha Moodley osondene nomgilwa uthe ” Wenze kahle RUSA … nina bafana niqhakazile… niesebenza kahle kakhulu nidlula SAPS. Okunye nje ngisathukile okungakhathaliseki inkinga yendoda ngomshado wayo mekumele ibize umndeni ngale kokuzama ukuhlala ukube wayengajabule wayengafaka isehlukaniso ukuze kugwemeke izinkinga” kuphetha uOttusha okade ekhale njalo ethi ngaphambi kokusaba uNkulunkulu sekumele sesabe amadoda.

Lezigilamkhuba zizovela enkantolo yaseThekwini ukuze zikwazi nokufaka isicelo sebheyili.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Share via
Copy link