Latest News

Kubongwe amagalelo ohlelo “Ubukhosi Emfundweni” eSiyanda Secondary School KwaMpumuza

Nkosingiphile Ntombela Ukusebenza ngokubambisana nobukhosi baKwaMpumuza eMgungundlovu ngaphansi kohlelo olubhekekele ukusebenza kwezikole luthele izithelo ezinhle, kakhulukazi…

Kuvaleke imigwaqo i-African National Congress igubha olwenkululeko eThekwini

Nkosingiphile Ntombela Iqembu lezombusazwe i-African National Congress kwisifunda seTheku kumense ukuhamba kwezimoto eMlazi ngesikhathi lenhlangano ibambe…

Kuhlomule abantu abasha ngezinsiza KwaZayeka.

Nkosingiphile Ntombela Ubuholi bendabuko okusebenza ngokuzinikela emphakathini kuletha izithelo ezinhle ekuthuthukiseni nasekufukuleni umphakathi , kuzozonke izinhlaka…

Ushawe ngoswazi oluncane owanyathela iNdlunkulu yakwaMpumuza

Nkosingiphile Ntombela INdlunkulu yakwaMpumuza isamukele ngenkulu intokozo isixoliso ebesiqhamuka kuMnumzane B Gwamanda ngomhlaka 27 Mbasa,okuzokhumbuleka ukuthi…

Bakhala ngokunganakwa abalimi KwaZulu-Natali

Nkosingiphile Ntombela Inhlangano ebhekele abalimi AFASA ( África Farmers Association of South Africa) kwisifundazwe sakwa Zulu…

Kukhuthazwe intsha eMpushini ekuhambeleni isikhungo sezempilo

Nkosingiphile Ntombela Ukubaluleka kokusetshenziswa kwezikhungo emphakathini ezinye zezinto ebeziphambili eMpumuza Clinic ngaphansi kwesigodi iMpushini ngoLwesihlanu zingu…

Babongwe ngama “Awards” abenza kahle eMsimude High School

Nkosingiphile Ntombela Ubeyimpumelelo umcimbi wokubonga kuphinde kukhuthazwe abenza kahle eMsimude High School okuyisikole esingaphansi kobukhosi bakwa…

Intokozo kusikwa isoyi ledamu elizophakela izifunda eMgungundlovu.

Nkosingiphile Ntombela Kube intokozo emphakathini waseMsunduzi ku wadi – 39 lapho uMphathiswa Wezamanzi uSenzo Mchunu ehambisana…

Izingginamba azilivimbanga iciko laseMkangala KwaMpumuza elizokwethula ifilimu “Ihlathi Legazi”

Nkosingiphile Ntombela Ubuciko nokusebenza ngobuciko ezinye zemikhakha ebeka izindawo kwibalazwe kodwa lokho kubukeka kusabhekene nengwadla emphakathini…

Kukhalwa ngezinswelaboya ezizenza amaphoyisa eMgungundlovu

Amaphoyisa ase Alexandra police station eMgungundlovu aphenya icala lokubamba inkunzi kulandela ukuthi komunye umuzi kungene amadoda…