Babusiswe ngedili likakhisimusi ogogo KwaMpumuza eMgungundlovu

Nkosingiphile Ntombela Ubanjwe ngempumelelo umcimbi wezakhamuzi ezakhele iMpumuza Traditional Counsil eMgungundlovu lapho kubusiswe ogogo ngokwenzela umcimbi…

Uzimisele ngokukhula emculweni uNomanzi waseNadi

Nkosingiphile Ntombela Ukuziphilisa ngethalente eNingizimu Africa kakhulukazi kwezikaqedisizungu kunezingqinamba zakhona kodwa akusho ukuthi mawiciko ungabe usulahla…

Ukhuza umhlola wokwanda kwesihlava sokubulawa kwabesifaze ongamele iNASGB Kwa Zulu Natali.

Bhekizizwe Media Reporter Ukwanda kwesihlava sokuhlukunyezwa kwabesifazane nokubulawa kakhulukazi kulezigameko ezenzeke eNingizimu NoGu nesifunda we saKwaZulu…

Kukhuthazwe ukuziphatha kahle koweSigqi Samaciko eNadi.

Nkosingiphile Ntombela Ukubunjwa kwesizwe kanye nendlela okumele baziphathe ngayo abantu abasha ezinye zezinkululumo ebezisematheni kwizethameli zomcimbi…

Kuzoboshwa abasabalalisa okungelona iqiniso ngama “snacks”

Ingwadla ebhekene nezimboni zokudla eNingizimu Africa seyigcine iziphoqa ekutheni zigcine zingene kwabomthetho ukuze kuboshwe laba abasabalalisa…

Uqokwe kwesokuhola iKwaZulu Natali uLungani Makhathini kwi- NASGB. 

Ukusebenza kanzima nokuzinikela ekuthuthukiseni ikusasa lemfundo yomuntu omnyama eNingizimu Africa ezinye zezinto ezimqoka ebezidingidwa kumhlangano wesifundazwe…

Inikele ngendlu iNduna yeMpumuza Traditional Council

Nkosingiphile Ntombela Ukuba neso elibukhali njengomholi osebenzela isizwe okuphinde kuhambisane nokuzinikela ekuthuthukiseni izimpilo zabantu ezinye zezinto…

Ubanjwe ngempumelelo owokunotha kolimu eThekwini.

Nkosingiphile Ntombela Umkhandlu weTheku kwisifunda esiseNingizimu noGu eMlazi basingathe umncintiswano wokucija nokuthuthukisa ulimi lwebele “IsiZulu” ezikoleni…

Intokazi yaseNadi uFezile Ngcobo uzibona ekhula kwezikaqedisizungu.

Nkosingiphile Ntombela Ukufika kwekhovidi 19 kuphazamise izinhlelo eziningi kumaciko eKZN kakhulukazi kulawa asavela. Intokazi esencane enethalente…

INkosi YeSizwe saKwa Mpumuza idlulise amazwi okubonga kwisizwe

Nkosingiphile Ntombela INkosi YeSizwe saKwa Mpumuza uNkosi K.S Zondi ongusekela Sihlalo wamakhosi aseMgungundlovu idlulise amazwi okubonga…