Nkosingiphile Ntombela Ubuciko nokusebenza ngobuciko ezinye zemikhakha ebeka izindawo kwibalazwe kodwa lokho kubukeka kusabhekene nengwadla emphakathini…
Category: Izindaba
Find out the best in news
Kukhalwa ngezinswelaboya ezizenza amaphoyisa eMgungundlovu
Amaphoyisa ase Alexandra police station eMgungundlovu aphenya icala lokubamba inkunzi kulandela ukuthi komunye umuzi kungene amadoda…
Ukunganakwa kwamaciko kuwenze ayilaxaza phansi I-ANC
Ukungabhekelelwa nokuthwala kanzima kwamaciko Kwa Zulu Natali sekuwenze agcina ephumela obala ngamaqembu awesekayo njengoba kubhekwe okhethweni…
Kunconywe abe-RUSA ngokubopha inkabi nomyeni
Njengoba zanda izigameko zokubulawa kwabesifazane kuzozonke inhlanga lehlazo selinsakavukela njengoba lowomdabu wasendiya athenga inkabi ukuthi ibulale…
Kuzobungazwa uNdunankulu wesizwe samaZulu
Ukwenza kahle mawumholi kuthela izithelo ezinhle kakhulukazi mawuzophakamisa indawo yalapho ukhulele khona uphinde uhole abantu ngenhlonipho…
Zoqina ezokuphepha kowamanqamu kwawe- ABC Motsepe League Kwa Zulu Natali
Umdlalo olindwe ngabovu lapho kuzobhekana khona amaqembu okuyiwona okubhekwe ushampeni kulesigaba se ABC Motsepe Leauge eKZN,…
Ushiye angalwazi kwi ANC uChris Papaz weDemocratic Alliance ngodaba lwezikhukhula eMargate.
Ongenele esokuba UNdunankulu KwaZulu-Natal, uChris Pappas we Democratic Alliance (DA) , uthi inhlekelele yaseMargate iveze obala…
Isililo ngokufa kowenkulisa obulawe nguMyeni oyiPhoyisa
Izigameko zokulawa kwabantu abesifazane eThekwini sekwinsakavulela njengoba usuku nosuku kuba nezigameko zokubulawa kwabantu kakhulukazi abesifazane. Umphakathi…
Ishiye kukhalwa imvula eMzinto Kwa Zulu Natali
Isimo sezulu esingesihle kulezinsuku sishiye kukhalwa ezindaweni ezisogwini KwaZulu-Natal okubalwa kuzo uMzinto, Port Shepstone naseMargate.Abezimo eziphuthumayo…
Uvuke umbhejazane washisa imoto yamaphoyisa umphakathi
Kusuke esinamathambo isidumo ngesikhathi umphakathi ukhala ngesandla esiqinile samaphosi Protea lapho ubulewe umnini wethaveni odutshulwe amaphoyisa.…