Kusuke esinamathambo isidumo ngesikhathi umphakathi ukhala ngesandla esiqinile samaphosi Protea lapho ubulewe umnini wethaveni odutshulwe amaphoyisa.
Ngokubika kozibonele ukhale ngokuthi umphakathi unengekile ekubeni uhlezi ukhalaza ngamaphoyisa emva kokuba esedubule umnini wethaveni uvele wadinwa wawaqonda ngqo wafika washisa iveni amaphoyisa esegcwele iziganga.”kusidinile impela kokubulawa kasomabhizinisi wasendaweni okade eziphantela ngoba noma ngabe mekunengxabano esingekho isidingo sokumubulala ingako nje sikhethe ukuvele sithi akasibulale sonke” kusho oyikhasimende othe uthanda singamudaluli yize sekunje bafuna ubulungiswa bewumphakathi.

Izigameko ezifana nalezi zokushiswa kwezimoto zamaphoyisa sekujwalekile njengoba naseKZN eMarianhill kwashiswa iveni amaphoyisa ethi azojaha izigebengu.
